Zibalelwa ku-11 200 izingane ezingakazitholi izikole e-WC

2018-01-23 09:31

Cape Town – Balinganiselwa kwabangu-11 200 abafundi abangakazitholi izikhala zokufunda ezikoleni zaseWestern Cape, ngokusho koMnyango wezeMfundo eWestern Cape.

Inkinga enkulu idalwa ukufudukela kulesi sifundazwe kwabanye abafundi abasuka kwezinye izindawo, kusho okhulumela uMnyango uPaddy Attwell ngoMsombuluko.

Uthi izikhulu zoMnyango zakuphothula phakathi nonyaka odlule ukuhlelela lo nyaka, kodwa ukufika kwabafundi abaphuma kwezinye izifundazwe kudidisa izinhlelo.

OLUNYE UDABA: UNgqongqoshe ufike kungalindeleke muntu emtholampilo

"Babalelwa kwabangu-130 000 abafundi abaphuma kwezinye izifundazwe kanti balinganiselwa kwabangu-2 000 abaphuma kwamanye amazwe asebezohlala eWestern Cape,” kusho u-Attwell.

UMnyango uthi usubahlelele abafundi abangakazitholi izikhala.

"Okwamanje sesifake amagumbi okufundela angomahamba nendlwane angu-230 ezikoleni, uhlelo nokho luzophothulwa ekupheleni kukaFebhuwari,” kusho u-Attwell.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.