Zibangwa nezibi izithandani ezidutshulwe zizipholele emotweni

2016-07-05 10:02

Durban – Zibangwa nezibi esibhedlela izithandani ngemuva kokudutshulwa zisemotweni yazo ngaphandle kweflethi elikuHime Street, eWentworth, eningizimu yeTheku, ngempelasonto.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Nqobile Gwala uthi owesilisa nowesifazane bebehlezi ngaphakathi emotweni ebipakwe emgwaqeni ngesikhathi kuqhamuka umsolwa evulela ngenhlamvu.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe izithandani zivikela indodakazi yazo

Laba balimale kabi base bephuthunyiswa esibhedlela.

UGwala uthe kuvulwe amacala amabili okuzama ukubulala, kanti amaphoyisa ayaphenya ngalesi sigameko, kubika iDaily News.

Kuthiwa umsolwa uyaziwa yilezi zithandani.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.