Zibulelwe izindlovu ezigxobe iphoyisa lashona

2017-07-28 10:59

Harare – Kubulawe ezinye izindlovu ezimbili ngokudutshulwa eZimbabwe ngemuva kokuthi zigxobe iphoyisa lashona empumalanga yezwe, kusho abezemvelo ngoLwesine.

Ukubulawa kwalezi zindlovu – okugunyazwe yizikhulu zezemvelo ngoMsombuluko ngemuva kokuthi lezi zindlovu zihlonzwe njengezilwane eziyinkinga – kuza ngemuva kokuthi kubulawe enye indlovu eVictoria Falls ngesonto eledlule ngemuva kokuthi ibulale umqaphi wayo.

Lezi zindlovu ezibulewe bezihlala eCecil Kop Nature Reserve emngceleni osempumalanga nedolobha iMutare.

OLUNYE UDABA: Ubaba ubaleke washiya izingane ebona izindlovu

Kuthiwa zaphuma kule ndawo ebusuku ngomhlaka-18 Julayi ngokweqa othangweni olwacekelwa phansi ngabashushumbisi.

Kuthiwa zabe sezibulala iphoyisa elisebenza kulo mngcele ohlukanisa izwe neMozambique.

Kuthiwa uConstable Prince Dambe nozakwabo ababili babaleka bahlukana ngezindlela ngemuva kokubona lezi zindlovu ziza ngakubona, kepha zangatshengisa ukuthi zifuna ukubahlasela.

Kuthiwa uDambe wabulawa yilezi zindlovu esedabula ehlathini esephindela emuva ekanjini.

 

 

 

 

 

 

 

 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.