Zibuyela enkantolo izintatheli zaseSABC

2016-07-22 07:51

Johannesburg – Udaba lwezintatheli ezine zeSouth African Broadcasting Corporation (SABC), ezixoshwe ngaphandle kokuqondiswa izigwegwe, lubuyela enkantolo yezabasebenzi ngoLwesihlanu.

UFoeta Krige, Suna Venter, Krivani Pillay noJacques Steenkamp bafake isicelo esiphuthumayo enkantolo befuna kuhoxiswe isinqumo sokuxoshwa kwabo.

Funda nalolu daba: Usedayisa izikhwama owoZalo

Lolu daba ngoLwesine belusenkantolo kodwa lahlehliswa ngenxa yokuthi iSABC ibingawafakanga amaphepha ayo.

NgoLwesine uJaji Robert Le Grange ulihlehlisele lolu daba wabeseyalela iSABC ukuba ifake amaphepha ayo ngaphambi kwehora lesikhombisa kusihlwa ngoLwesine.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.