Zibuyele emsebenzini izintatheli ezaxoshwa eSABC

2016-07-28 11:31

Johannesburg – Izintatheli eziyisikhombisa kwezingu-8 ezaxoshwa eSABC zibuyele emsebenzini ngoLwesine ngemuva kokuba iSABC ihoxile emazwini ayo, yathi ngeke isaqhubeka nezinyathelo zomthetho.

Izintatheli zifike ekuseni ngoLwesine emsebenzini zimamatheka. Zibonakale zangana zixhawulana ngesikhathi zingena ebhilidini leSABC eGoli.

ULukhanyo Calata yena ubuyele emsebenzini eKapa.

Funda nalolu daba: Sekuboshwe ababili ngokwebiwa kwezikhala zamasosha 

Izintatheli eziyisithupha ezisebenzela eGoli, uFoeta Krige, Suna Venter, Krivani Pillay, Busisiwe Ntuli, Thandeka Gqubule noJacques Steenkamp.

Zonke lezi zintatheli zaxshelwa ukugxeka imigomo emisha yeSABC yokungasakazwa kwemibhikisho enodlame.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.