Zidedelwe ngebheyili izakhamuzi zaseVuwani

2016-07-04 19:02

Johannesburg - Zidedelwe ngebheyili eNkantolo yeMantshi yaseThohoyandou eLimpopo izakhamuzi eziyishumi nambili zaseVuwani ezisolwa ngamacala okuqala umlilo nodlalme emphakathini.

Abasolwa ababili abangothisha badedelwe ngebheyili yemali engu-R2 500  kanti abafundi abathathu badedelwe ngesexwayiso.

OLUNYE UDABA: Kusize iziboshwa kukhucululwa izikole eVuwani

Abanye abasolwa badedelwe ngameli ephakathi kwengu-R1 000 nengu-R1 500, kubika i-SABC.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.