Zigcwele ngokweqile izikole zaseKZN

2016-05-19 18:30

Durban – Iqembu le DA kwaZulu-Natal belihambele izikole ezimbili ezingaphansi kwesifunda uMsunduzi, kubika iNewswatch

Okhulumela leli qembu kulesi sifundazwe uMbali Ntuli ubehambisana nalowo ogaqele isikhundla sikaMeya uMergan Chetty.

UNtuli ukhale ngokugcwala ngokweqile kwamakilasi kulezi zikole nokuyinkinga enkulu ebhekene no mnyango wezemfundo.

OLUNYE UDABA: Izakhamuzi zishise izikole ezingu-9 ngenxa yokudinwa

Uthe inani labafundi emakilasini amaningi ngu-80 kodwa bafundiswa uthishela oyedwa.

“Uma ubheka imiphumela kamatikuletsheni uyabona ukuthi izinkinga eziningi ziqala ezikoleni zamabanga aphansi.

“Uma singakwazi ukuxazulula inkinga yokuba nabafundi abaningi ekilasini elilodwa, othisha bangasizakala futhi ingashintsha nemiphumela yabafundi,”kusho yena.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.