Zihlehlisiwe izingxoxo zokuqeda isiteleka embonini kaphethiloli

2016-08-13 10:03

Johannesburg - Izingxoxo zokuqeda isiteleka sabasebenzi bemboni kaphethiloli zihlehliselwe isolo elizayo.

AbeNational Petroleum Employers' Association (NPEA) izolo bahlangane nabenyunyana yabasebenzi iChemical, Energy, Paper, Printing, Wood and Allied Workers Union (Ceppwawu) eGoli.

OLUNYE UDABA:   Sigcine sigwemekile isiteleka e-Eskom

Amalungu enyunyana bashiya phansi amathuluzi emasontweni amabili adlule ngoba befuna ukunyuselwa amaholo.

Lesi siteleka sesidale ukuba kushode uphethiloli emagaraji aphethiloli, kubika i-SABC.

IPhini likaSihlalo weNational Petroleum Employers' Association (NPEA) uZimisele Majamane uthe," Izingxoxo ziyaqhubeka, umhlangano uhlehliswe ngoLwesihlanu. Sizophinde sibe nomhlangano ngoMsombuluko, kusaxoxixswano. Asikwazanga ukuvumelana kanti zombili izinhlanga zinethemba, Siwuvivele umhlangano olandelayo."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.