Zikhala ngokungaholelwa izintatheli ze-ANN7 ne-New Age

2018-02-27 12:29

Johannebsurg - Kubukeka sengathi isobishini inkampani eyayingeyomndeni wakwaGupta isiteshi sikamabonakude sezindaba, i-ANN7, kanye nephephandaba, iThe New Age njengoba abasebenzi bekhala ngokungaholelwa.

Izintatheli zesiteshi sezindaba kumabonakude i-ANN7 nezephephandaba i-The New Age zitshele i-Africa News Agency (ANA) ukuthi abaphathi bathi yizinkinga zobuchwepheshe ezidale ukuthi zingaholelwa ngoMsombuluko.

OLUNYE UDABA:Itwetwe kubasebenzi bakwa-ANN7 ngesimemezelo

Lokhu kuza ngemuva kokuba abakwaMultiChoice bamemezela ngokuthi angeke ivuselelwe inkontileka yalesi siteshi uma isiphela ngo-Agasti nonyaka.

Izintatheli zephephandaba i-TNA ziveze ukuthi lesi simo sizidalela ukuxakeka futhi sezicabanga nokubeka phansi amathuluzi.

Ngo-Agasti 2017 umndeni wakwaGupta wadayisela uMzwanele Manyi le nkampani, kanti uManyi akazange atholakale ukuphawula ngezinsolo zokwehluleka wukuholela abasebenzi.

 - ANA

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.