Zilokhu ziqhubekile nokubhubhisa izihukhula eMali

2016-08-10 11:33

Bamako – Izikhukhula ezidalwe yizimvula ezinamandla zishiye okungenani abantu abangu-14 beshonile eMali kule nyanga eyedlule, kwadaleka nomonakalo omkhulu.

Leli lizwe lahlaselwa yizikhukhula kusukela ngomhlaka-12 Julayi, kanti kusukela lapho sekushone abantu abangu-14, kusho uhulumeni ngoLwesibili.

OLUNYE UDABA: Izikhukhula zibulale 24 eMali

USeydou Doumbia, oyisikhulu soMnyango wezokuPhepha uthe baningi abantu abasadukile.

"Amanzi adale umonakalo omkhulu njengoba inqwaba yezindlu zimukile,” esho.

Amabhilidi amaningi eMali akhiwe ngezitini zodaka, okuwenza abe sengozini uma kuhlasela izikhukhula.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.