Zimkhalele obanjwe namadayimane

2016-07-08 14:31

Cape Town – Amaphoyisa abophe owesilisa eKlawer, eWestern Cape, ngemuva kokuthi bemthole namadayimane ayisishiyagalombili angasikiwe, kusho umbiko.

Le ndoda imiswe amaphoyisa ngoLwesine.

Amaphoyisa alunywe indlebe ngomkhonyovu wokushushumbisa amadayimane edolobheni elincane elingaseVanrhynsdorp.

OLUNYE UDABA: Zimkhalele obeshutheke amadayimane esithweni sangasese

Okhulumela amaphoyisa u-Andre Traut uthe: "Kuboshwe indoda eneminyaka engu-48 ubudala kanti kulindeleke ukuba ivele enkantolo uma isibekwe icala ngokusemthethweni.

“Lo mlisa uboshwe ngoLwesine ntambama ngemuva kokutholakala namadayimane angasikiwe.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.