Zimkhalele obevela eNigeria obanjwe nendathane yezidakamizwa

2016-07-28 19:00

Johannesburg – Amaphoyisa abhadame izidakamizwa e-OR Tambo International Airport, kwaboshwa indoda ngemuva kokubanjwa nalezi zidakamizwa zika-R3 million.

Umsolwa, 41, ube esegaxwa ozankosi ngemuva nje kancane kokutheleka esikhumulweni sezindiza esuka eNigeria, ngoLwesine.

OLUNYE UDABA: Uzovela enkantolo obanjwe nezidakamizwa

Okhulumela amaphoyisa uNdivhuwo Mulamu uthe umsolwa uzovela enkantolo ngoMsombuluko.

“Umsolwa ufike ngendiza kuleli ephuma eLagos. Kuthe uma kuseshwa umthwalo wakhe kwatholakala izidakamizwa ezinesisindo sika-10.8 kg ezingadayisa u-R3.2 million.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.