Zimkhalele odubule wabulala indodakazi ngoba ibange umsindo elele

2016-08-12 19:00

Tennesee - Kuboshwe ubaba ngecala lokubulala ngemuva kwezinsolo zokudubula indodakazi yakhe ngoba ibibanga umsindo ngesikhathi elele, kusho amaphoyisa aseTennesee.

Am,aphoyisa aseHendersonville athe abophe uTimothy Batts oneminyaka engu-29 ubudala  ngemuva kokusolwa ngokubulala indodakazi yakhe eneminyaka engu-11 ubudala uTimea Batts.

OLUNYE UDABA: Ugwetshiwe owabulala omunye ngoba edelela inkolo yakhe

UTimothy uthweswe icala lokubulala ngiobudedengu, ukuthikameza ubufakazi nokutholakala nesikhali ngokungemthetho.

Kubikwa ukuthi uTimothy utshekle amaphoyisa ukuthi ubelele ngesikhathi indodakazi ifika ibuya esikoleni, wavuka ngemuva kokuba ezwe umsindo wathatha isibhamu ngaphansi kwekhabethe. Ngesikhathi indodakazi yakhe imemeza wathuka uvele wadubula, kwadubuleka indodakazi.

Indodakazi yaTimothy ishone ngemuva kokudutshulwa inhlandla elilodwa.


- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.