Zimkhalele ogwaze wabulala umyeni ngokufika ekhaya ngale kwa-22:00

2016-08-13 12:01

Nairobi - Kuboshwe owesifazane ngecala lokubulala kulandela izinsolo zokugwaza abulale umyeni wakhe esifubeni ngoba ebuye emsebenzini ngemuva kwesikhathi, kusho amaphoyisa aseKenya.

Amaphoyisa aseKiambu athe abophe u-Ann Mbaithe ngemuva kokuba esolwe ngokubulala umyeni wakhe uDaniel Githuka phambi kwamamezala kulandela ingxabano ngokubuya kwakhe ebusuku edakwe.

OLUNYE UDABA:  Utalajwe wakhishwa iso obengafuni "nenkomo"

Ngokusho kophenyo lwamahoyisa, lezi zithandani ebesezishade iminyaka bezinengane eneminyaka emine ndawonye. Umama wesisulu u-Elizabeth Wanjiku uhlala ngasemzini wendoda n yakhe engasekho.

NgoMgqibelo ngezithuba zabo-23:00 ebusuku, uWanjiku wezwa  kukhala inkosdikazi yendodana yakhe waphuma wayobheka.

Ube esebukela indodana yakhe ixaban nonkosikazi wayo ngokubuya kwayo ekhaya ebusuku futhi icwile ezinkambini.

Ngesikhathi uGihuka ethi angafika noma yingasikhathisini ekhaya uMbaithe ube esehosha ummese wamgwaza esifubeni.

 UGithuka ungeniswe esibhedlela kodwa ngeshwa washonela khona.

UMbaitha uboshelwe endaweni yesigameko, kubika iwwww.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.