Zimkhalele oqambe amanga ngokubanjwa inkunzi

2017-02-18 13:31

Cape Town – Kuboshwe owesilisa oneminyaka engu-42 ubudala eWorcester, eWestern Cape, ngesikhathi eqamba amanga ethi ubanjwe inkunzi waphucwa imali engu-R17 000 eselolini.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain FC van Wyk uthe owesilisa uboshwe ngoLwesine, ngemuva kokuba eqambe amanga wathi ubanjwe inkunzi ekhonjwe ngesibhamu.

Amaphoyisa abenokusola ngesikhathi ekhuluma izinto ezingafanani.

OLUNYE UDABA: Izinhlangano zisola uNgqongqoshe ngoluthinta olwakwaSASSA

Ngemuva kokusesha iloli abehaba ngalo, itholakele imali abethe yebiwe.

Ube eseboshwa njalo ngokuqamba amanga nokuphazamisa ukusebenza kwengalo yomthetho.

Uvele kafuphi enkantolo ngoLwesihlani, icala lahlehliselwa uMashi 23.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.