Zimkhalele osesithenjini oshumpule ubuntu bendodana angayizali ngenxa yesikhwele

2016-07-22 12:31

Lagos - Owesifazane uboshelwe icala lokulimaza kulandela izinsolo zokushumpula isitho sangasese sendodana angayizali ngoba umyeni wakhe ethanda kakhulu unkosikazi wakhe wokuqala kunaye, kusho amaphoyisa aseNigeria.

OLUNYE UDABA: Uzame ukuzibulala ona-14 kuthiwa akahlukane nesoka elino-34

Amaphoyisa aseNiger athi abophe owesifazane oneminyaka engu-17 ubudala uBara'atu Muhammad ngemuva kwezinsolo zokulimaza indodana yomyeni uMuhammad Dauda eneminyaka engu-23 ubudala ngoba enomona ngobudlelwane bakhe nonkosikazi wakhe uBasira.

UBuhari Muhammad waphuthunyiswa esibhedlela i-IBB Specialist  la alashwa khona. Odokotela bathe le ndoda ilahlekelwe ubuntu bakhe kodwa uzophila.

UMuhammad uthweswe icala lokulimaza kanti usejele laseMinna la agcinwe khona amaphoyisa aze aqede ngophenyo.

UMuhammad uvumile ukuthi washumpula induku yendodana ngommese wesinkwa, kubika iwwww.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.