Zimkhalele oshise ubuntu bengane eyisola ngokweba imali

2016-06-30 14:27

Lagos - Amaphoyisa aseLagos asebophe owesifazane ohlonzwe ngelikaSaratu ngezinsolo zokushisa isitho sangasese somshana wakhe oneminyaka engu-7 ubudala, kusho Razk Qudus.

IPunch Metro ithole ukuthi uSaratu usolwa ngokushisa umphambili walo mfana ngesitofu ngemuva kokumsolwa ngokweba imali elinganiselwe kwengu-R5,27.

OLUNYE UDABA: Udilikajele kowabulala umzukulu ngoba entshontshe ushukela

Kuzwakale ukuthi isisulu sihlala nomsolwa e-Afariogun, endaweni yasoShodi.

Uphenyo luveze ukuthi omakhelwane baSaratu ababikele oweChild Protection Network u-Ebenezer Omejalile ohlala endaweni okunguye obike udaba emaphoyiseni.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.