Zimkhalele osolwa ngelokubulala eKapa

2016-07-08 19:03

Cape Town – Amaphoyisa aseWestern Cape abophe owesilisa kulandela ukubulawa kowesilisa oneminyaka engu-20 ubudala eHanover Park ngoLwesihlanu.

Amaphoyisa ngoLwesihlanu abophe umsolwa kulandela izigameko ezintathu zokudubula ezenzeke kuleya ndawo ngoLwesine.

Kulezi zigameko kushone ababili kwathi abahlanu balimala.

OLUNYE UDABA: Amaphoyisa athungatha abasolwa abathathu ngelokubulala

"Umsolwa uyamaniswa nokubulawa kowesilisa, 20, obulawe kuGroenall Walk," kusho uLieutenant Colonel Andre Traut esitatimendeni.

"Iminingwane mayelana nalezi ezinye izigameko kusaphenywa ngayo.”

Umsolwa kulindeleke ukuba avele enkantolo ngoMsombuluko.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.