Zimkhalele osolwa ngokubulala ubaba wamlahla esitamkokweni

2016-08-12 13:34

Asaba – Amaphoyisa aseDelta Police, eNigeria, uChukwuma Udenwa, 37, ngezinsolo zokubulala ubaba wakhe wase elahla isidumbu sakhe esitamkokweni.

U-Udenwa kubikwa ukuthi ushadelwe kanti unezingane ezintathu.

Okhulumela amaphoyisa uSP Celestina Kalu, nguye oqinisekise izindaba zokuboshwa kwale ndoda.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe umlamu kutholakala isidumbu

Kuthiwa umsolwa uboshwe ngemuva kokuthi umastende wakhe ethole isidumbu sikababa wakhe ebese siqala ukonakala esitamkokweni.

"Le ndoda isolwa ngokubulala ubaba wayo yase ilahla isidumbu sakhe estamkokweni lapho ihlala khona.

“Kuthe uma ibuzwa yathi ibingenayo imali yokuyisa isidumbu emakhazeni,” kusho uKalu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.