Zimkhalele osolwa ngokudlwengula ingane yashona

2016-07-20 14:31

Abuja – Igatsha laseRivers State leNigerian Association of Women Journalists (NAWOJ) libike ngesigameko sokudlwengulwa kwentombazane, 10, okuholele ekushoneni kwayo.

Ngokombiko weDaily Post, umsolwa kuleli cala nguMallam Bashir, kanti usolwa ngokudlwengula le nganyana.

Kuthiwa le ngane yadlwengulwa ithunywe ubisi ngumama wayo esitolo sikamsolwa esiseRumuibekwe.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe ibhungu ngelokudlwengula ugogo walo

UBashir kusolakala ukuthi wagxavuna le ngane wayifaka ngaphakathi esitolo ngaphambi kokuyidlwengula.

Kuthiwa le ngane yalimala kabi ngaphakathi, okwaba yisizathu sokushona kwayo ngokuhamba kwezinsuku.

Abalwela amalungelo abesifazane bafuna umsolwa abhekane nengalo yomthetho, anganikezwa ngisho ibheyili.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.