Zimkhalele osolwa ngokudlwengula umakhelwane

2016-07-25 14:31

Johannesburg - Amaphoyisa aseGoli aseveze ukuthi kuboshwe owesilisa oneminyaka engu-27 ubudala ngezinsolo zokudlwengula umakhelwane wakhe.

Okhulumela amaphoyisa asenkabeni yedolobha uWarrant Officer Xoli Mbele uthe le ndoda ikhalelwe ngamasongo kaSigonyela ngoMgqibelo ntambama emijondolo yaseBekezela.

OLUNYE UDABA: Abafundi bavele enkantolo ngelokudlwengula omunye

Kuthiwa lesi sigameko kusolakala ukuthi senzeke ngoLwesihlanu ebusuku emzini wesisulu, 30.

Kusolakala ukuthi isisulu sasilele ngesikhathi singenelwa umsolwa wase eyasidlwengula, kubika i-ANA.

"Kumanje siqhuba uphenyo ngalesi sigameko kanti umsolwa uzovela enkantolo kungekudala," kusho uMbele.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.