Zimkhalele osolwa ngokubulala intombi wayingcwaba egcekeni

2016-07-22 17:30

Johannesburg – Kubohswe owesilisa waseHluthankungu, eHighflats, osolwa ngokubulala intombi yakhe wase eyigqiba ethuneni elingashoni emuva kwendlu yakubo.

Ukushona kukaSilindile Hlabe kushiye umphakathi ushaqekile, kanti isidumbu sakhe ngamalungu omphakathi ngoLwesithathu kulandela ukunyamala ngeSonto.

Elinye ilungu lomphakathi lithibabevele bemnuka umsolwa ngalesi sigameko ngoba umufi wezwakala ekhala exabana naye ngeSonto ebusuku.

OLUNYE UDABA: Kubulawe kwagqitshwa ona-21 ethuneni elingashoni

Liqhube ngokuthi isidumbu satholakala ngemuva kokubona igqumba yomhlabathi emuva kwendlu kasoka.

“Saqala samba, kwavela unyawo lomuntu. Yilapho-ke esabiza khona amaphoyisa akhipha isidumbu sase siyabona ukuthi nguye uSilindile,” esho.

Kuboshwe isoka lase likhipha nokuthi lisizwe ngumnyani walo ukuba bangcwabe intombi.

Thola udaba oluphelele kuSolezwe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.