Zimkhalele 'owadlwengula indodana kamngani wakhe ngephutha'

2018-04-26 16:00

Opelousas - Owesifazane oboshelwe ukudlwengula ingane yomfana eneminyaka engu-12 ubudala utshele amaphoyisa ukuthi bekuyiphutha.

U-Arnesha Tiars Louis wase-Opelousas, eLouisiana, ubevakashela umngani wakhe ngesikhathi esezithola edlala nendodana kamngani wakhe.

Ngokusho kwamaphoyisa aseSt. Landry, ngesikhathi besadlala nalo mfana, uLouis wakhumula umfana ibhulukwe wagibel;a phezu kwakhe, wamunukubeza ngokocansi.

Lo fama wabikela umuntu omdala ngodaba kwabe sekubizwa amaphoyisa.

OLUNYE UDABA:Ingane idubule umama wayo okhulelwe ngesibhamu sikayise

Ngesikhathi ephoswa ngemibuzo, uLouis uvumile ukuzibandakanya ocansini nomfana, kodwa watshela abaseshi ukuthi bekuyiphutha, kusho amaphoyisa.

ULouis waboshwa ngecala lokudlwengula. 

Owamaphoyisa ase-St. Landry uBobby J. Guidroz unxuse abazali ukuthi bahlale beziqaphile izingane zabo.

 - wwww

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.