Zimkhalele 'owadlwengula' ingane, 8, iminyaka emine

2017-09-20 12:30

Cape Town – Owesilisa waseDurbanville osolwa ngokudlwengula intombazanyana eneminyaka engu-8 ubudala isikhathi esiyiminyaka emine kulindeleke avele eNkantolo kaMantshi eBellville kuleli sonto.

Umsolwa oneminyaka engu-34 ubudala uboshwe ngemuva kokuba ummangali, okukholakala ukuthi ngunina wengane, ebikele ummeli wakhe ngalezi zinsolo, efuna izeluleko.

Ummeli wayalela lona owesifazane oneminyaka engu-26 ubudala ukuba aye emaphoyiseni asendaweni.

OLUNYE UDABA: Owesifazane ushonele esibhedlela ngemuva kokulethwa ngabesilisa abasolisayo

“Ikhasimende lafika kimina ngesonto eledlule nezinsolo zokudlwengulwa kwengane, ukutholakala kwezithombe ezinqunu zengane nangokusatshalaliswa kwazo,” kusho ummeli.

Okhulumela amaphoyisa aseWestern Cape uWarrant Officer Henriette van Niekerk ukuqinisekisile ukuboshwa komsolwa, nangokuthi baphenya ngezinsolo zokudlwengula.

Umsolwa kulindeleke avele enkantolo ngoLwesine.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.