Zimkhalele owadlwengula umfundi eyobhala

2016-11-16 14:32

Durban - Sekuboshwe indoda eneminyaka engu-24 ubudala ecaleni lokudlwengulwa komfundi kamatikuletsheni KwaZulu-Natal ngenyanga edlule.

Le ndoda iboshwe namuhla ekuseni ikubo, emzini osoThweba eduzane naseCato Ridge.

Lo mfundi wayesendleleni eya esikoleni eNtekwa eyobhala izivivinyo zakhe, iphepha le-English, ngesikhathi ehlaselwa.

OLUNYE UDABA: Kudlwengulwe umfundi esikoleni

Ngemuva kokudlwengulwa, lo mfundi wabikela amaphoyisa ngecala wabe eseqonda esikoleni eyobhala.

Okhulumela amaphoyisa uThulani Zwane uthe isithombe esakhishwa sawasiza kakhulu amaphoyisa

"Amaphoyisa ancinzwa indlebe ngokuthi ungakuphi umsolwa, alandela umkhondo waboshwa. Umsolwa uboshwe namuhla ekuseni ngecala lokudlwengula.

Okhulumela umnyango wezemfundo uKwazi Mthethwa ukwamukele ukuboshwa komsolwa.

Umsolwa kulindeleke ukuba avele eNkantolo yeMantshi yaseCamperdown ngoLwesihlanu.

 - Newswatch

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter



NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.