Zimkhalele owadubula wabulala indoda erenki yaseNanda

2016-05-01 12:01

Durban – Indoda esolwa ngokuvulela ngengonono ibhekise kwizithandani erenki yamatekisi aseNanda, yabulala indoda kulindeleke ukuba ivele enakntolo maduze, kusho amaphoyisa KwaZulu-Natal ngeSonto.

Le ndoda eneminyaka engu-37 ubudala kuzwakale ukuthi ihlasele uSphamandla Mkhulise nentombi yakhe erenki yaseZimangweni ngoMsombuluko ebusuku, kusho okhulumela amaphoyisa uMajor Shooz Magudulela.

OLUNYE UDABA: Ishonile indoda edutshulwe erenki eGoli

Kudutshulwe kwabulawa uMkhulise oneminyaka engu-43 ubudala. Intombi yakhe yalimala yaphuthunyiswa esibhedlela. Ushayasibhamu wabaleka endaweni yesigameko.

UMagudulela uthe le ndoda itholwe ngemuva kokufunwa phansi phezulu khona endaweni yaseNanda icashile ngoLwesine.

Isibhamu esingekho emthethweni esitholwe kule ndoda sizohlolwa ukuze kuzotholakala ukuthi asikaze sisetshenziswe kwezinye izindawo.

Le ndoda izobhekana necala lokubulala, elokuzama ukubulala nelokutholakala nesibhamu nezinhklamvu esingekho emthethweni eNkntolo yeMantshi yaseNtuzuma ngoLwesibili.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.