Zimkhalele owakuleli ozame ukuqwala intaba engakhokhile

2017-05-17 12:30

Johannesburg - Owesilisa waseNingizimu Afrika ozame ukuqwala iMount Everest ngaphandle kwemvume useboshiwe eNepal kanti kulindeleke ahlawuliswe u-$22 000 – okuyimali ephindwe kabili kuleyo abebalekela ukuyikhokha ukuze ezothola imvume.

URyan Sean Davy uzinikele emaphoyiseni eKathmandu ngoLwesibili ngemuva kokubanjwa ngesonto eledlule ngasenkanjini yase-Everest engenayo imvume.

Le ndoda eneminyaka engu-43 ubudala ithuke yaphinde yasabisa izikhulu zoMnyango wezokuVakasha ngesikhathi ziyibuza imibuzo kanti iboshwe ngaphansi kwemithetho eqinile yaseNepal emayelana nokuthula emphakathini, ngokusho kukaTulasha Khatiwada oyi-Tourist Police Inspector etshela i-AFP.

Njengamanje ugcinwe esitokisini kanti uzovela enkantolo ngesonto elizayo ngamacala ahlobene nokuzama ukuqwala iMout Evererst kanye namanye angase engezelwe wona njengoba kusaqhubeka uphenyo.

OLUNYE UDABA: Bazovela enkantolo  abangu-11 abasolwa ngokudlwengula okhulelwe

"Uzohlawuliswa bese ebuyiselwa kwelakubo ngokoMthetho wezokuVakasha eNepal. Angase aphinde ahlawulise ngokungaziphathi kahle emaphoyiseni,” kusho uMqondisi woMnyango wezokuVakasha uDinesh Bhattarai etshela i-AFP.

Abantu bokufika kudingeka bakhokhele uhulumeni waseNepal imali engu-$11 000 ukuze bathole imvume yokuqwala intaba engamamitha angu-8 848 ubude, okuyimali esiza kakhulu leliya lizwe elingamile kahle kwezezimali.

Ngaphansi komthetho wezwe, abantu abatholakala beqwala intaba ngaphandle kwemvume bahlawuliswa u-$22 000.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.