Zimkhalele owesifazane 'obulale' umfowabo

2017-03-22 14:01

Cape Town – Ukhalelwe ngamasongo kaSigonyela owesifazane oneminyaka engu-21 ubudala ngemuva kwezinsolo zokugwaza abulale umfowabo eDutywa, kusho amaphouyisa ase-Eastern Cape ngoLwesithathu.

Lo wesifazane uthe umfowabo, 40, wayemdlwengula kusukela esaneminyaka engu-7 ubudala, yize lolu daba lungakaze lubikelwe amaphoyisa, kusho uCaptain Jackson Manatha.

OLUNYE UDABA: Owase-PMB uphihlize umfowabo ngesando kubangwa ikhabethe

Umfowabo ugwazwe endaweni yaseNdakeni ngoMsombuluko ebusuku washonela khona endaweni yesigameko.

Lo wesifazane uboshwe ngoLwesibili kanti kulindeleke ukuba avele namuhla (ngoLwesithathu) enkantolo.

 - Algoa FM

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.