Zimkhalele owesifazane ofonele i-Ex kaningi

2016-05-04 10:01

Delaware - Ukhalelwe ngamasongo kaSigonyela owesifazane oneminyaka engu-19 ubudala waseFelton ngemuva kokuba amaphoyisa athi ushayele owayesoka ucingo izikhawu ezingaphezu kwezingu-300 ngosuku olulodwa.

Amaphepha asenkantolo atholwe ngabezindaba iNews Journal aveza ukuthi  uKourtney R. Furber ulandelane nendoda eyayiyisoka lakhe eneminyaka engu-18 ubudala eMilford ethi akabambe ucingo, ebe emfonela ephindelela.

OLUNYE UDABA: Ushonile umfana ozidubule ngephutha eshutha i-selfie

Amaphoyisa ashayelwe ucingo yindoda ibika ngoFurber obelokhu emshayela ucingo ngomhlaka-18 Ephreli, kusho uSergeant Dwight Young.

Le ndoda ithe isihayelwe ucingo izikhawu ezingaphezu kwezingu-300 kodwa yaqhubeka nokuziziba izingcingo ezingenayo.

UFurber ube eseyishayela ocingweni lwasemsebenzini, emhlupha emsebenzini waze waluvala ucingo, ngokusho kwamaphepha asenkantolo.

UFurber wake watshela le ndoda ukuthi: "Uma ungakwazi ukuba nami angeke ukwazi ukuba nezingane zakho."

Le ndoda iphinde yabika ukuthi uFurber wake wazama ukumshayisa nangemoto emsabisa ngokuphiliza amawindi emoto yakhe nokuqhumisa amathayi emoto.

UFurber uthweswe ngecala lokuhlukumeza wase ededelwa ngemali yebheyili engu-$1,000, kubika i-Delawareonline.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.