Zimkhalele owesifazane ojikijele iphoyisa nge-tampon esisebenzile

2017-01-27 14:30

Florida - Zimkhalele owesifazane waseFlorida ngemuva kokujikijela iphoyisa ngokokusubela 'okumanzana' i-tampon esisebenzile.

Leli phoyisa lithe lijikijelwe ngesikhali esiyingozi ngesikhathi selibika.

Ngokusho kwamaphoyisa, uTecora Fields, 28, ubeyingxenye yalabo abebexabana ngoMsombuluko ebusuku ku-St. Petersburg, lapho ahlala khona.

OLUNYE UDABA: Amaphoyisa akhiphise owesifazane i-pad esendimeni

Ngesikhathi iphoyisa u-Andre Sousa ephenya ngesigameko, uFields sichaphe ngenhlamba iphoyisa saseSt. Petersburg eqhuba ngokuthi uzolijikijela nge-tampon.

Ngemuva kokukhuluma kanjalo, uFields ubonakale esefaka isandla ebhulukweni wase ebonakala ejikijela uSousa ngento emhloshana emanzi wabaleka.

Itampon ishaye iphoyisa ehlombe.

Ngemuva kwesikhashana uFields ebalekile watholakala waboshwa khona endaweni.

UFields uthweswe icala lokushaya, njengamanje ungaphandle ngebheyili yemali engu-$5000.

 -TSG

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.