Zimkhalele owesifazane otholakale nezidakamziwa

2016-07-25 08:39

Cape Town – Kuboshwe owesifazane eCape Town International Airport ngemuva kokutholakala nezidakamizwa ne-tik (crystal methamphetamine) ezingu-8.1kg esikhwameni sakhe, kusho amaphoyisa.

Owesifazane, 27, waseHillbrow eGoli, ufike eKapa ngo-10:00 ekuseni ngoMgqibelo, ngokusho kwamaphoyisa eSAPS kuFacebook.

Funda nalolu daba: Ukubuyisana nokuxolelana akwenzeki ngokuxhawulana kuphela

Izidakamizwa zitholakale epotimendeni ngemuva kokuseshwa amaphoyisa asebenza esikhumulweni sezindiza.

Kulindeleke ukuba avele eNkantolo yeMantshi yaseBellville ngoMsombuluko.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.