Zimkhalele owesilisa ogwazwe washisa obesiza owesifazane

2017-09-18 11:08

Johannesburg – Owesilisa oneminyaka engu-26 ubudala uboshwe ngamaphoyisa eGoli ngecala lokubamba inkunzi kuhlonyiwe nangenhloso yokushaya ngenhloso yokulizama ngemuva kokuhlasela owesilisa.

Esitatimendeni, okhulumela amaphoyisa uCaptain Xoli Mbele uthe owesilisa uboshwe ngeSonto ngemuva kwezinsolo zokugwaza isisulu esineminyaka engu-36 ubudala, waphinde wasishisa nge-ayina ebusweni, wasiphuca nemali engu-R4 000.

Isigameko senzeke ngezithuba zabo-17:00 ngoMgqibelo eSudhufg Building ekhoneni likaWanderers noDe Villiers street.

"Isisulu saya kovakashela umngani; samfica ehlezi nomunye umuntu wesilisa kanye nentombi yakhe. Siselapho isisulu, owesilisa wabe eseshaya intombi yakhe phambi kwabo. Bazama ukulamula, kodwa owesilisa wathatha intombi yakhe waya nayo ekamelweni,” kusho uMbele.

OLUNYE UDABA: I-ANC eKZN izomnika elinye ithuba uMakhosi Khoza

"Bezwa intombazane ihayiza baphinde bayoyisiza futhi. Bayikhipha ekamelweni; owesilisa obeshaya intombi yakhe wathatha ummese wagwaza owesilisa obevakashele umngani wakhe.

“Wamgwaza, wathatha i-ayina wayibeka ebusweni bakhe ngemva kwalokho wathatha isikhwama semali esasinezinkulungwane ezine zamarandi. Isisulu sabaleka; sayiswa esibhedlela nokuyilapho selashwa khona ngaphambi kokiba sidedelwe.”

Umsolwa kulindeleke avele eNkantolo kaMantshi eGoli ngoLwesibili.

- ANA

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.