Zimkhalele owesilisa osolwa ngokuqola abantu

2018-01-18 08:03

Rustenburg – Kuboshwe owesilisa oneminyaka engu-52 ubudala ngezinsolo zokuqola abantu eRustenburg, kusho amaphoyisa aseNorth West ngoLwesitahthu.

ULieutenant Colonel Pelonomi Makau uthi owesilisa uboshwe ngoLwesibili, ngemuva komsebenzi owenziwe uphiko lwamaphoyisa alwisana nobugebengu obuhleliwe.

"Ukuboshwa komsolwa kulandela ukuba amaphoyisa encinzwe indlebe ngokuthi [umsolwa] unezinto azisebenzisayo ukuqola abantu,” esho.

"Umsolwa uthungathwe waze watholakala, watholakala nemali engumbombayi namaphepha ezikhangiso."

OLUNYE UDABA: Basindile abagibeli isitimela siphuma kujantshi

Uthe uphenyo lwakamuva luveza ukuthi wayezenza usolwazi, umfundsi noma isangoma uma eqola abantu.

"Kuthiwa kwezinye izigameko wayeluleka abantu ngokuthi besule emsebenzini, balethe kuyena imali ukuze izozala, kodwa abantu bagcine sebengenayo imali.”

Kulindeleke avele eNkantolo kaMantshi eRustenburg ngoLwesine, kanti ubhekene necala lokukhwabanisa.

Uthe uphenyo luyaqhubeka ukuthola ukuthi awekho yini amanye amacala athinteka kuwona.

- ANA

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.