Zimkhalele udubule wabulala omunye ngephutha

2016-07-10 09:19

Durban – Umlisa oneminyaka engu-41 ubudala kulindeleke avele eNkantolo yeMantshi yaseWillowvale ngoMsombuluko ngemuva kokudubula ngephutha umfana oneminyaka engu-23 ubudala ngesikhathi konomcimbi eEastern Cape, kusho amaphoyisa endawo.

Umsolwa, obhekene necala lokubulala nokutholakala nesibhamu esingekho emthethweni kanye nezinhlamvu, uboshwe ngoLwesihlanu ebusuku eMendwana.

Funda nalolu daba: Kutholakale isidumbu sosana kudoti

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Jackson Manatha uthe umsolwa ubejaha abafana ngesikhathi kunomgidi.

“Kuthiwa ubesedubula ezama ukusabisa abafana kanti kuzodubuleka kushone uNtwalana,” kusho uManatha.

Uthe kutholakale isibhamu samaphoyisa kumsolwa kanye nezinhlamvu.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.