Zimkhalele umfundi ogwaze wabulala omunye esikoleni

2017-09-07 11:02

Modimolle – Umfundi oneminyaka engu-19 ubudala waseSolomon Mahlangu High School uboshiwe ngecala lokugwaza abulale omunye umfundi ngoLwesithathu ekuseni ngemuva kokuba bebebizelwe ehhovisi likathishanhloko, kusho amaphoyisa aseLimpopo.

Abafundi ababili abenza u-Grade 12 bebegembula emagcekeni esikole ngesikhathi kuqubuka ingxabano, base balwa, ngemuva kwalokho babizelwa ehhovisi likathishanhloko, kusho okhulumela amaphoyisa aseLimpopo uMoatshe Ngoepe esitatimendeni.

OLUNYE UDABA: UMalema uthi uMagaqa ushone esezojoyina i-EFF

Ngemuva kokuphuma ehhovisi likathishanhloko, umsolwa ugwaze isisulu, 19, ngento ecijile.

UNgoepe uthi isisulu sife ujuqu.

Umsolwa kulineleke avele eNkantolo kaMantshi eModimole ngecala lokubulala.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.