Zimkhalele umshayeli weLamborghini obanjwe ehamba ngo-250 km/h

2018-03-05 18:00

Cape Town - Ikhalelwe ngamasongo kaSigonyela indoda ebanjwe ihamba ngesivinini esiphezulu kuthelawayeka, u-N1 eKapa ngoMsombuluko ekuseni ngovivi.

Le ndoda ibihamba ngemoto yohlobo lwe-Lamborghini kanti ibanjwe ihamba ngesivininin esingu-250km/h.

OLUNYE UDABA:Kusolwa isivinini ngokushona komshayeli KwaMashu

Ngokusho kwesitatimende seziphathimandla eKapa, le ndoda iboshiwe yabrkwa icala lokushayela budedengu ngemuva kokubanjwa ihamba ngesivinini esiphezulu ku-N1, phakathi kwaseSable Road noPlattekloof ngezithuba zabo-01:00.

Kuphinde kwengezwa elinye icala kwidokodo ngokuphambana nomthetho njengoba le moto ibingenayo i-number plate.

– African News Agency (ANA)

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.