Zimkhalele unesi osolwa ngokudlwengula isiguli esikhulelwe

2016-08-11 14:30

Durban – Ukhalelwe ngamasongo kaSigonyela unesi wesilisa osolwa ngokudlwengula isiguli esikhulelwe emagcekeni omtholampilo oPhongolo, KwaZulu-Natal.

Lo nesi, 34, zimkhalele ngoMsombuluko esemsebenzini.

Kuthiwa lo wesifazane kusolakala ukuthi wadlwengulwa eyoxukuza kulo mtholampilo.

Umbiko weSolezwe uthole ukuthi lo wesifazane, 23, wafika ezoklinikha wathi unesi akakhumule bese eyafulathela wabe eseyadlwengulwa.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe unesi ngelokudlwengula eKZN

Isiguli sibe sesiqonda ngqo esiteshini samaphoyisa sayovula icala khona ngoMsombuluko.

Owamaphoyisa uCaptain Nqobile Gwala ukuqinisekisile ukuboshwa kwendoda, 34, esolwa ngokudlwengula.

Abanye abantu besifazane bakhale ngokuthi abasafuni ukusebenzisa lo mtholampilo ngoba kabaphephile.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.