Zimkhalele unesi osolwa ngokusiza umama kuntshingwe usana

2016-08-11 13:30

Kirinyaga – Amaphoyisa aseKirinyaga County, eKenya, abophe unesi osolwa ngokusiza umama ukuba antshinge usana lwakhe ethoyilethi lomgodi.

Ngokusho kwesikhulu sesibhedlela, uNancy Kuria, le ngane ehlale amahora amane kuleli thoyilethi, itholwe ngunogada.

Uthe le ngane itholwe isesimeni esigculisayo, nokho izibungu ziylimazile isikhumba.

OLUNYE UDABA: Kusindiswe usana obelulahlwe endaweni kadoti eMzinto

Kuthiwa le ngane itholakale ngemuva kokuthi iziguli zikhononde ngomsindo wokukhala kwengane ethoyilethi.

UKuria nokho uthe awekho amaphepha atshengisa ukuthi le ngane ibelethelwe kulesi sibhedlela, yingakho besola lo nesi ngoba akulula ukuthi abantu bazicanasele.

Amaphoyisa aqhuba uphenyo ukuze kutholakale umama walolu sana.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.