Zingaphezu kuka-2 000 izingane ezinokukhubazeka ezingafundi

2017-03-27 11:01

Pretoria – Zilinganiselwa ku-2000 izingane eziphila nokukhubazeka ezweni lonke ezingakazitholi izikhala zokufunda ezikoleni ngokusho kukaNgqongqoshe weMfundo eyisiSekole u-Angie Motshekga, ezingu-359 zisePitoli – kanti osonhlalakahle bakholelwa ukuthi lesi sibalo kungenzeka ukuba asilona iqiniso, esiyiqiniso singaphezu kwalesi.

Ngokusho kongoti, izingane zaseNingizimu Afrika eziphila nokukhubuzane zibhekana nezingqinamba ezinkulu empilweni yonke yazo.

Amalungelo azo okuthola ukudla, imfundo nokwelashwa, ayaphulwa nokwenza izingane zigcine zihlala emakhaya zingakutholi ukunakekelwa okufanelekile.

OLUNYE UDABA: Owe-ANC kulindeleke ashiye isikhundla sokuba ngusihlalo wenhlangano

“Ababambiqhaza banecala ngokungasebenzisi ngendlela izimali ezikhishwa uMgcinimafa,” kusho iRight to Education for Children with Disabilities Alliance.

Le nhlangano ithe izingane ezidinga izikhala ezikoleni zabaphila nokukhubazeka ngokuvamile zizithola zifakwe ohlwini olude, okungathatha iminyaka emihlanu ngaphambi kokuba zithole izikhala.

Usonhlalakahla wasePretoria West, uLelethu Masango ziningi izingane ezingekho semabhukwini ngenxa yokudembesela, ububha kanye nokwesaba ihlazo kwabazali.

- Pretoria News

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.