Zingaphezu kuka-28 000 izingane ezingakazitholi izikole eGauteng

2018-01-16 19:29

Johannesburg – UNgqongqoshe wezeMfundo eGauteng uPanyaza Lesufi uthe abafundi abangu-2 565 kwabangu-31 000 abakabhaliswa ezikoleni abafakwe kuzo nokutho ukuthi bangu-28 435 abangakazitholi izikhala.

Echaza ngemigqa emide yabazali emnyangweni wezemfundo uLesufi uthi kunezicelo ezingu-4 500 ezisangena kulo mnyango kusukela ngoLwesihlanu.

Yize kunjalo, uthi bakulungele ukuvulwa kwezikole ngoLwesithathu.

OLUNYE UDABA: Zizolungiswa ngo-R140m izikole ezilinyazwe yisiphepho

ULesufi ubuye wanxusa abazali kanye nemiphakathi ukuba bagweme ukuphazamisa inqubo yokufunda.

Ubuye waveza ukuthi uzowahlakaza amabhodi ezikole ezahlukahlukene lawo angawenzi umsebenzi ofanelekile wokumela ezemfundo.

Uthe amabhodi ezikole iNorthridge Primary School naseNellmapius Primary School asehlakaziwe, kwabekwa amabhodi esikhashana.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.