Ziphendukela ekuqwayizeni izitshudeni zaseZim 'ezixakekile' - Umbiko

2017-10-20 11:00

Moscow – Izitshudeni zaseZimbabwe "ezibhuqwa yindlala" ezathola imifundaze yokuyofunda eRussia kubikwa ukuthi seziphendukele ekuqwayizeni ukuze zikwazi ukuziphilisa njengoba uhulumeni uhluleka ukuzikhokhela imali yezidingo.

Ngokombiko weNew Zimbabwe.com, ezinye zalezi zitshudeni, iningi lazo eziqhamuka emakhaya ahlwempu, zithi sekuphele unyaka uhulumeni ungazisizi ngalutho.

Omunye wazo ucashunwe ethi abanye ozakwabo sebephoqeleke ukuba badayise ngomzimba ukuze bezokwazi ukuziphilisa.

"Nginobufakazi bama-video obuveza ukuthi amantombazane amaningi aseziphilisa ngokuqwayiza," kusho lesi sitshudeni.

Ngasekuqaleni kwaleli sonto, umholi wabafundi uHubert Nyabadza unxuse uNgqongqoshe wezeMfundo ePhakeme uJonathan Moyo ukuba angenelele.

OLUNYE UDABA: Akekho ozobulawa yindlala eZimbabwe - Mugabe

UNyabadza usola uhulumeni ngokuzithela ngabandayo ekubeni izitshudeni zidonsa kanzima.

"Sibhuqwa yindlala Mnumzane, abanye bethu sebefuna nokubuyela emakhaya."

IZimbabwe inezivumelwano eziningi eyazenza namazwe ase-Afrika nawaphesheya kwezilwandle zokusiza ngemifundaze abafundi abaqhamuka emakhaya angamile kahle.

Nokho, uhulumeni kaRobert Mugabe uhlulekile ukugcina izethembiso zawo ngenxa yomnotho ontengayo.


    

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.