Ziphinde zatholana phezulu ezamatekisi eMnambithi

2016-07-25 20:32

Ladysmith - Kusolwa impi yabakwaMabaso nabakwaGumede ngesehlakalo sokudutshulwa kwababili eMnambithi.

Kube nesigameko sokudubulana kumgwaqo eHelmekaar ngeSonto emini, kanti kuthiwa izibhamu ezisetshenziswe lapha zimbi kakhulu.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe kwabulawa ikhehla epulazini e-KZN

Bekuhlaselwa imoto ebihamba abantu abathathu, kwashona ababili, kusindile yize elimele kabi engalweni.

Kuthiwa kutholakale izinhlamvu ezidutshuliwe ezingu-15, kubika iLadysmith Gazette.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.