Zisagcwele amathafa iziboshwa ezeqa ejele eMpumalanga

2016-08-18 14:30

Middelburg - Kuyaqhubeka ukuthungathwa kweziboshwa ezimbili zaseMpumalanga, ngemuva kwenyanga zeqa, kusho amaphoyisa ngoLwesine.

USibusiso Nicholas Ngcane, 33, noLinda Micheal Cele, 31, beqa ejele ngesikhathi beholwa ngamaphoyisa beyongena evenini yamaphoyisa ngemuva kokugwetsha iminyaka engu-28 bebhadle ejele, kusho uBrigadier Leonard Hlathi.

OLUNYE UDABA: Kweqe iziboshwa eziyingozi ejele laseLimpopo

Laba bobabili bagwetshelwe ukuphanga eMiddelburg, ukuphanga nokubulala eLukwatini.

Onolwazi ngokweqa kwabo nokuthi baphi uyacelwa ukuba athintane noColonel Phillah Mahlangu ku-076 942 5455 noma ashayele iSAPS ku-Crime Stop 08600-10111.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.