Zisesimeni esibucayi izingane ezidle amaphilisi angaziwa KwaMashu

2016-07-17 14:01

Durban - Zisesimeni esibucayi izingane ezintathu zaKwaMashu endaweni eseThekwini ngemuva kokudla amaphilisi angaziwa, kusho abe-EMS KwaZulu-Natal ngeSonto.

Intombazane eyodwa nabafana ababili abaneminyaka engu-2, 3 nengu-5 zilashwe ngabosizo lokuqala abafike endaweni yesigameko ngezithuba zabo-13:00 emini ngeSonto, kusho okhulumela i-EMS uRobert McKenzie.

OLUNYE UDABA: Ezintsha ngamaphilisi avimba ukukhulelwa

Ukuthi yini eholele ukuthi izingane kula maphilisi akwaziwa. 

UMcKenzie ube esexwayisa abazali ukuba bawabeke kude nezingane amaphilisi.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.