Zisesimeni esibucayi izingane ezihlaselwe yizinja

2017-08-07 16:00

Pretoria – Izingane ezintathu zisesimeni esibucayi eKalafong Hospital e-Atteridgeville ngemuva kokulunywa yizinja ngeSonto.

Izinja bezishiywe ungumnikazi wazo zingaboshiwe, zabe sezihlasela izingane ebezidlala emgwaqeni.

Imibiko ngengane yesine ibingakaqinisekiswa okwamanje.

OLUNYE UDABA: Kushone uqweqwe lomlingisi

UPortia Nakedi uthi indodana yakhe eneminyaka eyisithupha ubudala kudingeke ihlinzwe emgogodleni kanti futhi iphinde yamila nesibindi.

Uthi akufunayo nje ukuthi ingane yakhe iphile.

I-Eyewitness News ibika ukuthi kukhona nezinye izingane ezigcinwe egunjini labagula kakhulu kusona lesi sibhedlela kulandela ukuhlaselwa yizinja.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.