Zishayiswe yimoto izingane zibalekela izigebengu eMpangeni

2016-07-21 16:01

Durban – Amabhungu amabili ayelulama esibhedlela kulandela ukushayiswa yimoto ebalekela izigebengu eMpangeni, KwaZulu-Natal.

Omunye wala bafana uphuke umlenze, walimala kabi nasekhanda.

Izisulu bezihamba kuWeightman Avenue ziya erenki yamatekisi ngesikhathi zivimbezelwa amadodla abephethe imimese.

OLUNYE UDABA: Ushayiswe yimoto washona obebuka isigameko sengozi

Kuthiwa la madoda athushuke esikhotheni ngabo-08:00 ekuseni ngoLwesibili, kubika iZululand Observer.

Lezi zingane ziphuthunyiswe nge-ambulensi eNgwelezana Hospital ukuze ziyothola usizo lwezempilo.

Amaphoyisa awakwazanga ukuqinisekisa ukuthi ngabe likhona yini idokodo elivuliwe ngalesi sigameko.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.