Zishiywe kukhalwa izikhukhula eKapa

2016-07-21 19:02

Cape Town – Ibalelwa ngaphezulu kuka-4 800 imijondolo ecekeleke phansi ngesikhathi kuhlasela izimvula ezinamandla, ezidale izikhukhula eWestern Cape.

Amakhaza ashubisa umnkantsha aphelezelwa yizimvula ahlasele eKapa namaphethelo ngoLwesithathu ebusuku, njengokwesexwayiso seSouth African Weather Services.

Ngokusho kwethimba lezinhlekelele kuMkhandlu waseKapa, izindawo ezithintekile kubalwa iKhayelitsha, Langa, naseSolly's Town.

OLUNYE UDABA: Izikhukhula zidale umonakalo eLimpopo naseKZN

Okhulumela leli thimba uCharlotte Powell uthe azikho izigameko zokulimala kwabantu ezibikiwe.

“Okwamanje izinhlangano ezingekho ngaphansi kukahulumeni zisiza izakhamuzi ngokudla, izingubo zokulala nezinye izinsiza njengoba amakhaza esaqhubeka nokuzwakala.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.