Zishonele ekhaya izingane ezidle kwamakhelwane eNorth West

2016-08-17 07:15

Rustenburg – Zitholakale zishonile izingane ezintathu ekhaya lazo e-Utlwanang eNorth West, kubika i-African News Agency.

Ngokusho kukaLieutenant Colonel Pelonomi Makau uthe lezi zingane zineminyaka 2, 4 kanye no-5 ubudala zishone ngoMsombuluko.

Funda nalolu daba:Udlise izingane ushevu ongafuni ukwamukelwa ukwaliwa yintombi

“Kusolakala ukuthi lezi zingane zidle ukudla kwamakhelwane elokishini lase-Utlwanang ngoMsombuluko.

“Ngokwemininingwane esiyitholile, lezi zingane ziqale ukugula ngesikhathi zifika ekhaya. Ezintathu zishonele ekhaya kanti eyodwa ingeniswe esibhedlela,”kusho uMakau.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.