Zishonile izelamani ezishe nomjondolo zilele

2016-06-30 16:00

Johannesburg - Zishone ngesihluku izelamani ezisencane, oneminyaka emibili nononyaka ubudala ngesikhathi kusha umjondolo ebezilele kuwo ngoLwesithathu.

Lesi sigameko senzeke ngezithuba zabo-19:00 emjondolo yaseBrondal ngaphandle kwaseLydenburg ngesikhathi abazali bazo besemsebenzini, kubika iMpumalanga News.

OLUNYE UDABA: Idlule nabane ingozi eyenzeke eGermiston

Okhulumela amaphoyisa aseMpumalanga uSergeant Gerald Sedibe uthe imbangela yesigameko ayaziwa.

"Kuvulwe idokodo kanti isigameko siyaphenywa," usho njalo, kubika iThe Citizen.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.