Zivaliwe ezinye izikole zaseKlipspruit kulandela umbhikisho

2017-08-03 12:30

Johannesburg - Zivaliwe ezinye izikole eziseKlipspruit West ngoLwesine ekuseni kulandela umbhikisho wezinye izakhamuzi ophenduke udlame.

Kudunwe ibhasi lakwaPutco, lashiswa, kwavalwa nemigwaqo ngamathayi avuthayo nangamatshe.

OLUNYE UDABA: Zishise ibhasi izakhamuzi 'ezingamfuni uthishanhloko omnyama'

Lesi simo siza ngemuva kokuqokwa kukathishanhloko webala elimnyama.

U-Anthony Phillip Williams, wePatriots for Equality, uthe angeke bayeke ukubhikisha kuze kube wukuthi uhulumeni ubhekana nezidingo zabo.

"Sifuna uNdunakulu noNgqongqoshe wezeMfundo beze la. Angeke siyeke baze bafike la kudingidwe udaba, kutholwe izixazululo."

 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.